Traffick

Ukuhamba kwezimoto sekuphazamisekile emgwaqeni uM5 noDumisani Makhaye KwaMashu enyakatho yeTheku, njengoba umphakathi uqhuba umbikisho ukhala ngokungabi nogesi nezinye izinsiza. Lomphakathi wase Siyanda A no B, kumanje ushisa amathayi, kanye nemfucuza kulomgwaqo uthi ufuna umkhandlu uwuhlinzeke ngogesi osekuphele izinsuku wanqanyulwa. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm By: Lindelani Mbatha


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background