Transnat

Umeya weTheku, uMxolisi Kaunda, usenxuse inkampani yamabhasi i-Transnat ukuthi ixazulule izinkinga enazo nabashayeli bamabhasi. UMeya usho kanje ngenkathi ekhuluma nabashayeli bamabhasi kulandela ukuthi bedale isiminyaminya emigaqweni yeTheku namhlanje bepake amabhasi avundla umgwaqo. I-Transnat uhlale unokungaboni ngasolinye nabashayeli kusukela wathenga amabhasi kamaspala. Kanti umeya uKaunda uthi lesisenzo asehlukile nokubamba abantu baseThekwini kanye nomnotho wedolobha ngobhongwane enxusa […]

By: Bongani Gina I-ANC kulesfundazwe ithi isicele izikhulu zikamaspala weTheku ukuthi zihlanganise umbiko mayelana nesikweletu sika R600 million okuthiwa lomaspala usikweletwa yinkampani yamabhasi iTransnat. Kanti umaspala ususabise ngokudla amabhasi alenkampani ukuzama ukucover lesi sikweletu Ethula umbiko kanye nezinqumo zomhlangano wobuholi be ANC esfundazweni unobhala walenhlangano, uMdumiseni Ntuli, uthi bazoyixazulula lenkinga. Listen here: Content hosted by […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background