Tvet

Abafundi bakuma TVET colleges abavela ezikhungweni ezahlukene eMaritzburg sebebhikishele emahhovisi enhloko yalesikhungo bekhala ngokuthi abaphathi bazishaya indiva izikhalo zabo. Ohlwini lwezikhalo zabo kubalwa nokungakhokhelwa yisikhwama sikahulumeni esixhasa abafundi uNSFAS kuze kube manje. Laba bafundi bakhala nangesimo sezindawo abahlala kuzo¬† kanye nezinye izinkinga abathi zisalokhu ziqhubeke njalo kuleskhungo. Listen to the full report here: Content hosted […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background