Ugu District Municipality
By: Lindelani Mbatha Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uNonhlanhla Khoza, uthi kubalulekile ukuthi imiphathakathi izibandakanye nezolimo ukuqeda ububha. uKhoza ubekhuluma nabezindaba zeGagasi FM, njengoba namhlanje eyokwethula umkhankaso wezolimo ngaphansi kwesifunda Ugu eningizimu yesifundazwe. Uhambele loyamasipala njengoba undunankulu wesifundazwe uSihle Zikalala ajuba ongqongqoshe bonke ukuthi babambe iqhaza ekuthuthukiseni izifunda ezahlukene. uKhoza uthi bafuna imiphakathi ibambe iqhaza ukuthuthukisa […]
By: Lindelani Mbatha Umeya womkhandlu Ugu, uSizwe Ngcobo, uthi uzolwisana nezinkinga ezibhekene nabantu besifazane kanye nezingane. uNgcobo ubekhuluma ngesikhathi egcotshwa ngokusemthethweni njengomeya omusha walomasipala. Izibalo zabakwa stats SA ziveza ukuthi bathathu abantu besifazane ababulawa njalo ngehora kuleli. uNgcobo uthi uzobhekana ngqo nalezigameko kulomasiapala. Listen here: https://iono.fm/e/755034 Izolo uNgcobo unxuse amakhansela ukuba asebenze ngokuzukhandla ukuthuthukisa izimpilo […]
-
Pages