Umalusi

By: Lindelani Mbatha   Umkhandlu obhekele izinga lezivivinyo zezikole kanye nezikhungo zemfundo ephakeme kuleli, uMalusi usexwayise abafundi ukuba bangalinge bezame ukukopela ngesikhathi sokubhalala izivivinyo. Lomkhandlu ubuthulela abezindaba umbiko mayelana nezinhlelo zawo ukuqinisekisa ukuthi ukubhala kuhamba ngendlela. Bangaphezu kuka-700 000 thousand abafundi bakaMatric okulindeleke ukuba babhale izivibinyo zabo. Oyisikhulu esiphezulu kulomkhandlu uMafu Rakometsi uthi othisha nabafundi […]

By: Bright Ntuli Umkhandlu obhekele izinga lezivivinyo zezikole kanye nezikhungo zemfundo ephakeme kuleli, uMalusi, uthi zonke izinhlelo zawo zokulungiselela izivivinyo zokuphela konyaka sezimi ngomumo. Lomkhandlu usho ngenkathi wethulela abezindaba umbiko mayelana nokuthi usuzilungele kangakanani izivivinyo zokuphela kwalonyaka. Ongushlalo walomkhandlu uBongiwe Mbinqo-Gigaba uthi abalindele zihibe njengoba ethi ngisho nalabo abazobe beqaphe ukubhala sebeqeqeshwe ngokwanele ukubhekana nalomsebenzi. […]


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background