uMhlanga

By: Sthulile Mdletshe   Owesifazane osolwa ngokubulala isinqandamathe sakhe kwelinye lamahhotela aphambili eMhlanga enyakatho yeTheku usededelwe ngebheyili yamahhala. Umeli walowesimame, uRavindra Manklala, uthi wenze izethulo nomshushisi omkhulu kwabe sekuthathwa isinqumo sokungamshushisi ngecala lokubulala. Lomsolwa akavelanga nokuvela enkantolo, kodwa uphenyo ngokubulawa kukamufi okukholakala ukuthi ubengudokotela, luyaqhubeka. Listen here: Content hosted by iono.fm


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background