UNISA

Umfundi obenza ubuthishela eUnisa, uLindiwe Ndimande, uthi ukhathazekile njengoba ethole isitifiketi okungesona esakhe. uNdimande emva kokuthola lesisitifiketi ube esefaka enkundleni yozokuxhumana uFacebook ecela okungenzeka ukuba uthole esakhe amsize amthumelele. Yena uthole isitikiketi sika Lungelo Nzimande. UNdimande uthi ukuphambana kwezinkomishi kubuyisela impilo yakhe emuva. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Oyisikhulumi saleNyuvesi, uSiyabonga Seme, akatholakalanga ocingweni […]

The University of South Africa is urging all students to make use of online facilities for registration purposes. Members of education and health union Nehawu, and the Academic and Professional Staff Association downed tools last week over salary increases. On Monday the South African Union of Students, called for a national shutdown of all universities […]

Ubuholi babafundi basemanyuvesi kulesifundazwe buthi buzoqhubeka nemibhikisho kuze kube izinkinga zabafundi ziyaxazululeka. Kusukela ngesonto eledlule amanyuvesi amaningi amise ukufunda ngenxa yemibhikisho enodlame yabafundi. Lemibhikisho imayelana nezinkinga ezibhekene nabafundi abangakwazi ukubhalisa ngesizathu sokuthi bayakweleta kanti abanye abayitholi imali yezincwadi. Unobhalala weSRC eUKZN, uMqobi Msezane, uthi bazoteleka baze bakuthole abakufunayo. Listen here: Content hosted by iono.fm Khonamanjalo […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background