Univesity of Zululand
Isigungu esihola Univesity of Zululand enyakatho yesfundazwe, sithi sikhathazekile ukuthi ezinye izinto ezifunwa ngabafundi azikho ngaphansi kwalenyuvesi. Izolo lenyuvesi imise ukufunda nokufundisa emva kokuthi abafundi beqale imibhikisho enodlame. Bashise ibhasi yenyuvesi kanye nemoto yamaphoyisa. Abafundi bakhala ngezokuphepha ezingaqinile, ukuguga kwenqalasizinda kanye nokuthi abanye abafundi abakayitholi imali yoxhaso lwabafundi iNSFAS. Usihlalo walesigungu, uNomarashiya Caluza, uthi lenyuvesi […]
-
Pages