Unizulu
Stakeholders at the University of Zululand say they are concerned with the issue of the Student Representative Council, following the resignation of SRC administrator, Bongumusa Makhoba, after students called for his removal. The university has been closed for over two weeks now, following violent protests. Listen to the report here: https://iono.fm/e/830378 By: Bongani Gina
Usihlalo wesigungu esengamele iUniversity of Zululand enyakatho yesfundazwe, uNomarashiya Caluza, uthi bafuna kube khona ukuxhumana nokuxoxisana phakathi kwabafundi nabaphathi besikhungo ukugwema iziteleka ezinodlame. UCaluza usho lokhu ngesikhathi ekhuluma esithangamini sabezindaba eThekwini, njengoba sekuphele amasonto amabili kuvalwe lesikhungo kulandela imibhikisho yabafundi egcine isinodlame. Uthi kokunye labafundi abakhala ngakho, ukuthi kunabangu 500 abakhishwe ohlelweni lokufunda ngenxa yokungenzi […]
-
Pages