Weziwe Thusi

Uhulumeni wesfundazwe uthi kubalulekile ukuthi abantu bakuleli bawuqonde umlando kanye nemvelaphi yabo ikakhulukazi abantu abasha. Uhulumeni usho kanje emcimbini obuhlelwe wumaspala weTheku wokukhumbula kanye nokuhlonipha amaqhawe omzabalazo angaqakambiswa. Lomcimbi iSiyabakhumbula Memorial Day ububanjelwe eMgababa eningizimu yesfundazwe. Usomlomno kamaspala uWeziwe Thusi uyenaba. Listen here: https://iono.fm/e/765898   By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background