Zandile Gumede

The ANC in the province says it will call on former eThekwini Mayor, Zandile Gumede, to explain to the provincial leadership about her supporters who were seen holding placards criticizing certain party leaders. Speaking at a press conference in Durban the party’s provincial secretary, Mdumiseni Ntuli, says some of these banners had negative writing that […]

Owayeyimeya yeTheku, uZandile Gumede, usekhale ngaphansi emizamweni yakhe yokuthi inkantolo iwachithe amacala abhekene nawo. UGumede ubevele namhlanje eCommercial Crimes Court eThekwini. Usolwa ngenkohlakalo yethenda kadoti yezigidi zamarandi. Kanti ngemva kokulalela izethulo zomshushisi, uDawn Samaraoo, kanye nabammeli bakaGumede inkantolo isilihlehlisele umhlaka 10 December lelicala. listen here: Podcast stream by Fabrik.fm UGumede uthi ukusolwa kwakhe ngamacala enkohlakalo […]

Owayeyimeya yeTheku, uZandile Gumede, kulindeleke avele enkantolo iCommercial Crimes Court namhlanje eThekwini ngamacala abhekene nawo okukhwabanisa amathenda emfucuza. Kumanje ungaphandle ngebail ka 50 000 kulandela ukuthi yena nabanye abalingani bakhe abangu62 baboshelwa lamatenda alinganiselwa ku430 million wamarandi. UGumede uvela nje usanda kumiswa ekubeni yilungu lesishayamthetho nasemisebenzini ye ANC … yize bekusaphele izinsukwana nje leliqembu limgcobe […]

The ANC PEC in this province says the decision to ask former eThekwini Mayor, Zandile Gumede, to step aside from her duties along with the party’s deputy Chairperson, Mike Mabuyakhulu, was taken after discussing the move with them. Addressing the media on this issue, patty’s provincial secretary, Mdumiseni Ntuli, says the two will not perform […]

UNobhala weANC kulesisifundazwe, uMdumiseni Ntuli, uthi bonke alabo abasolwa ngenkohlakalo kuzomele bame ukusebenzela uhulumeni kanye ne-ANC. UNtuli ubethulela abezindaba umbiko ngezinqumo ezithathwe emhlanganweni wekomidi eliphezulu lalenhlangano esifundazweni eThekwini. Ngesonto eledlule owayeyimeya yeTheku, uZandile Gumede, ugcotshwe njengelunga lesishayamthetho, khona ebhekene namacala enkohlakalo. Kanjalo nosekela sihlalo weANC esifundazweni, uMike Mabuyakhulu, naye ubhekene namacala enkohlakalo enzeka ngesikhathi esengungqongqoshe […]

President, Cyril Ramaphosa, has avoided answering a question about whether he supports the corruption accused former eThekwini mayor, Zandile Gumede, being appointed to the provincial legislature. The DA’s, John Steenhuisen, had asked Ramaphosa during a question and answer session in Parliament, if he backs the appointment. Gumede is currently out on R50 000 bail for […]

Obeyimeya yeTheku nosabhekene namacala enkohlakalo, uZandile Gumede, usegcotshwe njengelungu leANC esishayamthetho sesifundazwe. Lokhu kuza nje unoxhaxha lwamacala enkohlakalo abhekene nawo angakaqulwa enkantolo. Usolwa ngokunikezela ngamatender okuqoqa imfucuza kulabo abasondelene naye ngesikhathi esayimeya yeTheku. UGumede efunga ukuba ilungu lesishayamthetho elithembekile usebeke kanje. Listen here: Podcast stream by Fabrik.fm Khonamanjalo uGumede usethembise ukuthi uzokwethembeka esikhundleni sakhe esisha […]

iANC youth league eThekwini ithi isiphinde yasifaka futhi isicelo sayo sokuthi ihlinzekwe yilomasipala ngo-1 billion wamarandi. Kuzokhumbuleka ukuthi loludaba luphendule ubuholi balenhlangano kanye nowayengumeya walelidolobha, uZandile Gumede, inkukhu nempaka. Loluphiko belusola uGumede ngokwehluleka ukugcina isethembiso asenza ngenkathi ethatha leskhundla ngo 2016 sokuthi uzohlinzeka abantu abasha lemali. Oyisikhulumi seANC youth League eThekwini, uThulisa Ndlela, uthi bayethemba […]

By: Lethiwe Mdluli The ANC in the eThekwini Region says it is aware of the appearance of its chairperson, Zandile Gumede, and regional deputy secretary, Mondli Mthembu, this morning in the Durban Commercial Crimes Court. Gumede who is also the mayor of Ethekwini and her co-accused Mthembu are facing charges of corruption and tender fraud. […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background