Zululand
Usihlalo wesigungu esengamele iUniversity of Zululand enyakatho yesfundazwe, uNomarashiya Caluza, uthi bafuna kube khona ukuxhumana nokuxoxisana phakathi kwabafundi nabaphathi besikhungo ukugwema iziteleka ezinodlame. UCaluza usho lokhu ngesikhathi ekhuluma esithangamini sabezindaba eThekwini, njengoba sekuphele amasonto amabili kuvalwe lesikhungo kulandela imibhikisho yabafundi egcine isinodlame. Uthi kokunye labafundi abakhala ngakho, ukuthi kunabangu 500 abakhishwe ohlelweni lokufunda ngenxa yokungenzi […]
By: Bright Ntuli Sekuzophenduka umlando ukuthi umphakathi wasezindaweni ezisenyakatho yesfundazwe uhambe amabanga amade ukuthola usizo lwezempilo ikakhulukazi labo abanezifo eziphathelene nenhliziyo. Undunankulu wesfundazwe, uSihle Zikalala, usevule ngokusemthethweni isbhedlela esisha ceke sikanokusho esidle imali elinganiselwa ku R400 million wamarandi. uZikalala uthi phambilini abantu abahlala ezifundeni ekubalwa kuzo iKing Cetshwayo, iZululand kanye naseMkhanyakude bekudingeka ukuthi baze baye […]
-
Pages