Trade Union Threatens a Shut Down at the SABC

Written by on 19 November, 2020

By: Zilungile Mkhize

I-Communications Workers Union ithi kuzoma nse ukusebenza kwaSABC uma iziphathimandla zalesikhungo zingaqhamuki nezinye izindlela zokonga imali kunokudiliza abasebenzi.

iCWU, ihambisana ne Cosatu namhlanje babambe imashi ngaphandle kwamahhovisi alesikhungo e-Auckland Park eGoli lapho abasebenzi bebesho ngazwi linye bethi akungaxoshwa muntu.

iSABC isikhiphe izincwadi zesaziso ezigunyaza ukuthi kudilizwe abasebenzi abangu 400.

Okhulumela iCWU uAubrey Tshabalala uthi kuzoba mnyama kulesikhungo uma zinganakwa izimfuno zabasebenzi.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background