Tributes Pour in For Late AG Makwetu

Written by on 12 November, 2020

By: Mfundo Mabaso

Amazwi enduduzo asalokhu engene njalo kulandela ukudlula emhlabeni kwalowo obengumncwaningi mabhuku jikelele uKimi Makwetu.

uMakwetu, obesezophuma kulesisikhundla, ushonele esibhedlela eneminyaka engu 54 kulandela ukuxinwa umdlavuza wamaphaphu.

uMengameli uRamaphosa udlulise amazwi enduduzo ngenkathi ethula inkulumo yakhe yesizwe.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

Usihlalo wekomidi elibhekelele ukusebenza kwezimali zomphakathi ephalamende iScopa, uMkhuleko Hlengwa, umkhumbule njengendoda ebingumeluleki futhi enguthisha obefunda lukhulu kuyona.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background