U-Eskom Usubuyise I-Loadshedding

Written by on 8 March, 2022

By: Bright Ntuli

Inkampani kagesi uEskom isinxuse izakhamuzi ukuthi ziwusebenzise ngokonga ugesi njengoba ithi izikhungo zayo eziphehla ugesi zithwele kanzima.

Izolo lenkampani iqalise isigaba sesibili sohlelo lwayo lokucisha ugesi izikhawu iLoadshedding.

Loluhlelo luzoqhubeka kuze kube yikusasa ekuseni ngo 5.

Oyiskhulumi sakwa Eskom uSikhonathi Mantshantsha uthi baqalise loluhlelo ngemva kokuphuka kwezinye zezikhungo zabo eziphehla ugesi.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background