U-Eskom Uthi Usebenza Ngokuzikhandla

Written by on 3 February, 2022

By: Zilungile Mkhize

Isikhulu esiphezulu kwa Eskom uAndré de Ruyter sithi sesiqalile ukubangcono isimo kulenkampani ezinhlelweni zokuqoqa amandla kagesi anele izwe lonke, kodwa lokhu akusho ukuthi bazomisa iloadshedding.

Izolo lenkampani ephakele lelizwe ngogesi ibuyise uhlelo lokucima ugesi izikhawu iloadshedding.

Lokhu kulandele ukuphazamiseka kokusebenza kwezinye zeziphehlimandla ngenxa yokufa kwemishini ethize kuzo.

U-De Ruyter usetshele abezindaba ukuthi izolo ebusuku bakwazile ukukhanda iziphehlimandla ezintathu, kodwa kuthe sekuyosa zaphinda zanenkinga futhi ezinye ezimbili.

Kumanje u-Eskom uqhuba uStage 2 we-loadshedding, nokuyoze kuphele ngomsombuluko ekuseni.

U-De Ruyter uyenaba,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background