U-Eskom Uzobhekana Namaqembu Epolitiki Enkantolo

Written by on 18 January, 2023

By: Pamella Majola

UMnyango wezamabhizinisi kahulumeni, inkampani ephehla ugesi uEskom kanye neNational Energy Regulator of South Africa bangase bazithole besezinkantolo mayelana nokucishwa kukagesi.

Lokhu kuza ngemva kokuthi izinhlangano eziningi zomphakathi zithe kumele kube nohlelo oluphuthumayo lokuqeda ngokunqanyulwa kukagesi kuleli.

Umholi we-One South Africa Movment, uMmusi Maimaine, ungomunye wabazohambisa umnyango wezamabhizini kahulumeni, uNersa kanye noEskom enkantolo.

UMaimaine uyachaza.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background