U-Mabuza Uthi Kusafanele Kubhukulwe Empini ye-TB

Written by on 24 March, 2022

By: Zilungile Mkhize

Usihlalo we South African National AIDS Council, usekela Mengameli uDavid Mabuza, uthi kusafanele enyuke amasokisini empini eqhubekayo ebhekene nesifo sofuba, iTB.

Usho kanjena nje, namhlanje wusuku lokuqwashisa kokufundiswa ngelesifo esesibulale inqwaba yabantu, i World TB Day.

U-Mabuza uhola umkhankaso eNorthern Cape, wokukhuthaza izakhamuzi ukuthi zisukumele phezulu ziye emtholampilo uma zizwa izimpawu zesifo sofuba.

Isiqubulo sangalonyaka se World TB Day, sigqugquzela ukuthi abantu bakukhuthalele ukuyohlolela lesifo.

UMabuza uyenaba:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background