U-Madondo Ufisa Izinguquko Ezithinta Abamnyama Kwezobulungiswa

Written by on 8 April, 2022

By: Lindelani Mbatha

Ogaqele isikhundla sokuba ngumengameli wamajaji KwaZulu-Natal, isekela uIsaac Madondo lithi kubalulekile ukuthi kwenziwe izinguquko kwezobulungiswa.

U-Madondo wenza inhlolokhona kukhomishana yezobulungiswa iJSC eholwa yinhloko yamajaji uRaymond Zondo, eSandton.

Babalelwa ku-7 abanye abagaqele lesisikhundla okulindeleke ukuthi nabo babe kulenhlolokhono maduze.

U-Madondo uthi ukwenza izinguquko kwezobulungiswa kuzokwenza kubelula ukuthi abantu abamnyama beze ezinkantolo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background