U-Mantashe Ugqugquzela Eyamalahle
Written by Mfundo on 24 August, 2021
By: Sanelisiwe Dlangamandla
UNgqongqoshe wezamandla uGwede Mantashe uthi sikhulu isidingo sokuba iNingizimu Afrika iqhubeke izikhiqizele amalahle ayo.
Umnyango wezamandla kanye nezimbiwa phansi ubuhleli nekomidi elibhekelele ukusebenza kwawo emhlanganweni.
U-Mantashe uthi amalahle angenisa enkulu imali kuleli kanti njengamanje ahamba phambili ngokungenisa inzuzo.
Uqhuba ngokuthi uhulumeni uzoqhubeka nokugqugquzela izimayini ezikhiqiza loluhlobo lwamandla.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.