U-Mogoeng Udedela Amatomu ase ConCourt Namuhla
Written by Mfundo on 11 October, 2021
By: Lindelani Mbatha
Inhloko yamajaji kuleli uMogoeng-Mogoeng namhlanje ithi khumu ekuholeni enkantolo enkulukazi yaseNingizimu Africa, iConstitutional Court.
U-Mogoeng waqokelwa kulesikhundla ngowayengumengameli wezwe uJacob Zuma ngo-2011, nokwaba yinqophamlando ngesikhathi enza inhlolokhono esidlangalaleli.
U-Lindelani Mbatha uyabika:
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.