U-Ntuli Uthembisa Lukhulu Ngolwamanzi e-King Cetshwayo

Written by on 15 March, 2022

By: Lindelani Mbatha

Umkhandlu wesifunda iKing Cetshwayo uthi uzoyiqeda nya inkinga yamanzi ebhekene nayoyonke imiphakathi engaphansi kwayo.

Imiphakathi eminingi ibhekene nengwadla yokuswela amanzi ngenxa yezinsiza ezisabalalisa amanzi esezigugile.

Kwezinye izindawo amanzi aphuma kanye ngesonto noma kuphele izinyanga ezintathu amanzi engabonwa.

Intatheli yezindaba ze-Gagasi FM ixoxisana neMeya yakulomasipala, uThami Ntuli, ukuzwa kabanzi ngezinhlelo zokubhekana nalenselelo:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background