U-Nxesi Uphendula nge Compensation Fund

Written by on 2 June, 2021

By: Lindelani Mbatha

Ungqongqoshe wezemisebenzi nabasebenzi, uThulas Nxesi, uthi uhulumeni uzimisele ukuqinisekisa ukuthi abasebenzi basebenza endaweni ephephile.

uNxesi ubevele phambi kwekomidi lezemisebenzi nabasebenzi ephalamende, ukuzodigida udaba lokunxeshezelwa kwalabo abalimele noma abathola ukugula besemsebenzini.

Lomnyango usuveze ukuthi usuthole izicelo zokunxeshezelwa ezingaphezu kuka-100 000.

uNxesi uthi isikhungo iCompensation Fund, sikuthola kunzima ukuthola imininingwano yonke edingakalayo kulabo abasebenzisa abameli abazimele.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background