u-SASSA Uphendula Ngezingqinamba Zokuholela Izibonelelo

Written by on 20 January, 2021

By: Lindelani Mbatha

Oyisikhulu esiphezulu kwaSassa uBusisiwe Memela uthi bazimisele ukuqeda nya izinkinga ezibhekene nalabo ahlomula isibonelelo sikahulumeni.

uMemela ubethulela inkomidi lezenhlalakahle ephalamende izinhlelo zalesisikhungo zokubhekana nezinkinga ezikhungethe abaahlomula ngalemali.

Ngesonto eledlule amaphoyisa eWestern cape asebenzise ama-water cannon, ewabhekise kubantu abadala nabakhubazekile ukuba balandele imigomo wokuqelelana wemitha nohhafu.

eKZN khona kudlule emhlabeni umuntu oyendwa ebambe ilayini wokuyongena ePost Office.

uMemela uthi bazoqinisekisa ukuthi balandela umthetho sisekele ukuhlinzeka abantu bakuleli ngezidingo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background