U-SASSA Wenyuse Imali Yesibonelelo

Written by on 21 April, 2022

By: Sthulile Mdletshe

I-South African Security Agency (SASSA) ithi imali yesibonelelo sikahulumeni engango R1 980 ayigxilile kubantu base KZN kuphela kodwa izotholwa iwo wonke umuntu okhahlamezwe izikhukhula.

Lemali imemenyezelwe uhulumeni kanti ihlose ukusiza izisulu zezikhukhula zakamuva ezihlasele isifundazwe sase KZN kanye ne-Eastern Cape

Okhulumela u-Sassa uPaseka Letsatsi uthi kulemndeni lapho kushone khona ilunga inani lalemali lizophindwa kabili.

Enaba ngalokhu uLetsatshi ubeke kanje:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background