U-Zikalala Ugcizelela Eyokubaluleka kwenkulisa

Written by on 18 March, 2022

By: Sanelisiwe Dlangamandla

UNdunkankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikalala uthi kubalulekile ukuthi abantwana baqale ukufunda besasebancane.

U-Zikalala ukhulume kanje kwi Early Childhood Development Indaba, eThekwini.

Lokhu kuza ngemuva kokuba lomkhakha usuwe emnyangweni wezokuthuthukiswa komphakathi wafakwa ngaphansi komnyango wezemfundo, osekusho nokuthi sekuyimpoqo ukuba abantwana baqale ukuya esikoleni ka Grade R nase nkulisa.

U-Zikalala uthi kunezinto umntwana okumele azithole enkulisa, ezingekho esikoleni esikhulu.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background