U-Zikalala Uxolisa Ngokutalabha Owesilisa

Written by on 15 July, 2021

By: Bright Ntuli

UNdunankulu wakwaZulu-Natal, uSihle Zikalala, usexolisile ngesenzo sakhe sokubhonya emhlane omunye wabalisa abazithele phezu kwakhe ngemva kokuzitapela ezitolo.

U-Zikalala ubehamba nethimba lobuholi besifundazwe ngenkathi beyohlola umonakalo ezindaweni ezicekelwe phansi ngabantu abebegqekeza ezitolo bezitapela impahla.

Nakuba kungakaqedwa ukuhlonza umonakalo, kodwa umeya weTheku uMxolisi Kaunda useveze ukuthi ulinganiselwa ngaphezu kuka 16 billion wamarandi umonakalo owenzeke eThekwini namaphethelo.

Oyiskhulumi ehovisi lika Ndunankulu, uLennox Mabaso usho kanje,


Continue reading

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background