U-Zondo Uthi Isizovalwa Ikhomishana

Written by on 30 June, 2021

By: Sthulile Mdletshe

Ikhomishana ephenya ngokugwamandwa kwamandla ombuso,i-state capture, ithi ngeke sisaba khona isikhathi sokulalela ubufakazi bomndeni wakwa Gupta .

Usihlalo walekhomishana uRayamond Zondo uthi ngenxa yokuthi lekhomishana isidonse iskhathi eside kumele ahlanganise umbiko ngo August ukuze ikwazi ukuvalwa ngo September kulonyaka.

Ngokusho kuka Zondo, lekhomishana isisebenzise imali engango 1 billion wamarandi..

U-Zondo usephinde wachitha izinsolo zokuthi lekhomishana yasungulwa ngenhloso yokuketula owayengumengameli wezwe uJacob Zuma

Kuyimanje u-Zuma ugwetshwe ukuthi abhadle ejele izinyanga ezingu-15 kulandela ukuthi uZondo evunwe inkantolo yoMthethosisekelo ngecala lokungalandeli umnyalelo wokuthi ayovela kulekhomishana.

Ephendula umbuzo wokuthi ngabe bekwinhloso yale khomishana yini ukugweba uZuma kuphela uZondo usebeke kanje,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background