Ubhekene Necala Lokudlwengula Obemele UBester Enkantolo

Written by on 20 June, 2023

By: Sthulile Mdletshe

Inkantolo kaMantshi eBloemfontein isilihlehlisele uAugust icala elibhekene nabasolwa abangu-8 okufaka phakathi uNandipha Magudumane.

Lokhu kwenzeke emvakokuba abameli bombulali kanye nomdlwenguli uThabo Bester, uJeremiah Pelakanye no-Tsireledzo Ndou bemulaxazile.

UNdou usolwa ngokushaya kanye nokunukubeza ngokocansi nokulindeleke ukuthi avele enkantolo kusasa.

UKabelo Matee nguye osemenyezelwe njengommeli omusha kaBester.

Imantshi kulenkantolo uMotlholo Khabisi ubeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background