uDidiza uthi iFoot and Mouth isabisa umnotho wakuleli

Written by on 17 February, 2020

Ungqonqgoshe wezolimo, uThoko Didiza, ukuthi kumele kube khona ukuqwashisa okwanele ngegciwane leFoot and Mouth elihlasela imfuyo.

UDidiza nomnyango wakhe usebambabe isithangami eGoli ukuchaza ngakwenzayo ukulwisana naleligciwane.

izimpawu zeFoot and mouth kubalwa ama-ulcer ezilwaneni, irash, umkhuhlane kanye nokungakuthandi ukudla.

uDidiza uyachaza ukuthi leligciwane liyikhinyabeze kanjani imboni yezolimo.

Listen here:

By: Sanelisiwe Dlangamandla


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background