UDube-Ncube Usencome Ezobuchwepheshe Ngokonga Imali

Written by on 4 March, 2021

By: Bongani Gina

UNgqongqoshe wezezimali KwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, uthi indlela yesimanje yezokuxhumana nokusebenza isiza kakhulu ekunciphiseni izindleko nasekusizeni abantu ukulondoloza imali.

UDube-Ncube usho lokho, usekhulume nabaphathi bezimali eminyangweni nakomasipala abahlukene bakulesifundazwe, njengoba kulindeleke ethule isabelozimali seKZN ngesonto elizayo.

Uthi ukubamba imihlangano nokusebenzela ekhaya kusetshenziswa ezokuxhumana ngobuchwepheshe besimanje, kunemiphumela emihle kakhulu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background