Uhlelo Lokuvotela Ukungathenjwa kobuholi bukaMengameli uRamaphosa Luhlehlisiwe

Written by on 3 December, 2020

By: Zilungile Mkhize

Amalungu amaqembu ahlukene ePhalamende asebeke izimvo zawo mayelana nokuhlehliswa kohlelo lokuvotela ukungathenjwa kobuholi bukaMengameli Cyril Ramaphosa.

Usomlomo wePhalamende uThandi Modise uvume isicelo sikasihlalo we ATM uVuyo Zungula sokuba luhlehle loluhlelo njengoba besafake isikhalo sabo enkantolo befuna igunyaze ukuba kuvotwe ngemfihlo.

Lamalungu athi abese elungiselele usuku lwanamuhla.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background