uHlomuka uthi abantu mabangabi uvanzi

Written by on 14 November, 2019

Ungqongqoshe wezokubusa ngokubambisana kulesisifindazwe, uSipho Hlomuka, usenxuse imiphakathi ukuba iqaphele njengoba isimo sezulu sisazoqhubeka nokuba simbi.

UHlomuka ubekhuluma nabezindaba ngezinhlelo zikahulumeni wesifundazwe zokubhekana nezikhukhula kanye nokuduma kwezulu okuhlasele isifundazwe.

Babalelwa ku 16 abantu asebeshonile ngalesisimo.

UHlomuka uthi bazoqhubeka basiqaphe isimo.

Listen here:

By: Lindelani Mbatha


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background