Uhulumeni Ohlelweni Lokunikezela Ngezindlu

Written by on 25 March, 2022

By: Lindelani Mbatha

Ungqongqoshe wezokuhlaliswa kwabantu uMmamaloko Kubayi uthi umnyango wakhe usebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi labo okufanele bahlomule ngezindlu kuhulumeni lokho kuyenzeka.

U-Kubayi ubekhuluma nabezindaba ngezinhlelo zomnyango wakhe zokubhekana nokusalela emuva kokukhishwa kwezindlu, ukususwa kokhethe kanye nokunikezela ngama tittle deeds.

Phambilini uhulumeni wadalula ukuthi usalele emuva ngezindlu ezingaphezu kuka 2 million okumele uzinikezele izakhamuzi.

U-Kubayi uthi bazimisele ukusheshisa uhlelo lokunikezela ngezindlu kanjalo nokushinstha uphahla kulabo abasenophahla lokhethe.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background