Uhulumeni Usuphakamise U-1.5% Ezingxoxweni Zamaholo

Written by on 19 May, 2021

By: Zilungile Mkhize

Inyunyana yabasebenzi bakahulumeni iPSA ithi kuzoba nzima ukunxusa amalungu ayo ukuthi avume isiphakamiso esisha esibekwe etafuleni lezingxoxo mayelana namaholo.

I-PSA ithi lesiphakamiso siwukuhlekisa nje ngabasebenzi, njemgoba uhulumeni usephakamise u1.5% ekuzokwenyuswa ngawo amaholo kanye no R978 ngaphezulu isikhathi esingango nyaka.

Lenyunyana ithi vele kumanje abasebenzi bonke bathola lo 1.5%, nokusho ukuthi akukho okusha abazokuthola uma bevuma lesiphakamiso.

Vele amalungu ePSA asezwakalise ukungenami ngalesiphakamiso , njengoba izinyunyana zinikwe izinsuku ezingu 14 ukuba ziyoxoxisana namalungu azo ngaso.

Oyisikhulu kuPSA uClaude Naicker uyenaba,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background