Uhulumeni uthi akazishayi indiva izinkinga zomaspala

Written by on 23 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

 

Usekela mengameli, uDavid Mabuza, uthi uhulumeni wenza konke okusemandleni ukubhekana nezinkinga ezikhungethe omasipala.

uMabuza ubephendula imibuzo ephalemande.

Omasipala abaningi babhekene nenkinga yokungakwazi ukuqoqa imali ngendlela egculisayo kuzakhamuzi nokuholela ukutheni bangakwazi nokukhokhela izindleko zikagesi.

uMabuza uthi ezinye izinkinga omasipala ababhekene nazo ezabaholi abangawenzi ngendlela efanele umsebenzi wabo.

Listen here:


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background