Uhulumeni Uthi Olwezindlu Luseqhulwini

Written by on 14 June, 2022

By: Bright Ntuli

Ungqongqoshe wezokuhlaliswa kwabantu KwaZulu-Natal uJomo Sibiya uthi umnyango wakhe uzama ngayo yonke indlela ukusheshisa uhlelo lokwakhela abantu abakhahlanyezwa yizikhukhula.

U-Sibiya uthi inhloso enkulu ukusheshisa uhlelo lokwakhela imindeni eyaba yizisulu, izindlu zesikhashana ukuze isuke emaholo kanye nasemasontweni lapho kukhoseliswe khona wonke umuntu.

Ekhuluma esithangamini sabezindaba, ungqongqoshe uqhuba ngokuthi nakuba nazo lezindlu ezakhiwa manje kungezesikhashana kodwa ngeke kufane njengoba lemindeni izokwazi ukuhlala ngayojwana.

U-Sibiya uyachaza:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background