Uhulumeni Welule Isandla Kubafundi eNtuzuma

Written by on 28 March, 2023

By: Pamella Majola

UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, uthi abantu abasha kumele bazi ukuthi ukhona uhulumeni kanye nabazali abazobanakekela.

UDube-Ncube usho kanje ehambele uhlelo lweBack to school and outreach programme ehholo laseNtuzuma enyakatho yeTheku nalapho enikelele khona ngemifaniswano yesikole engu-235.

UDube-Ncube usenxuse nabazali ukuthi balekelele izingane ezikoleni ukuze ziphase zibe nekusasa elingcono.

Izikole ezihlomulile kuloluhlelo iNqabakaZulu High School, iGobhogobho Primary School, Khethamahle Primary kanye neDuduzani Primary.

Ekhuluma nezihambeli uDube-Ncube usebeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background