UKaunda Uthi Umphakathi Kumele Udlale Indima Enkulu Ukuqeda Ubugebengu EThekwini

Written by on 6 December, 2022

By: Xolani Khumalo

Umeya womasipala weTheku, uMxolisi Kaunda, uthi umphakathi kumele usebenzisane nawo ukuqinisekisa ukuthi ubugebengu buyaphela kulelidobha.

UKaunda ubethula inkulumo yakhe kungqungquthela yokulwisana nobugebengu eThekwini.

Idolobha itheku ngesikhathi samaholidi kancibijana livakashelwa ngabantu abaningi abazovakasha kanti sekunokwesaba kubantu abaningi ngenxa yobugebengu.

UKaunda uthi abantu kumele baphephe uma bevakashele eThekwini.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background