Ukhale Ngaphansi U-Zuma Enkantolo

Written by on 26 October, 2021

By: Sthulile Mdletshe

Inkantolo yamajaji eMgungundlovu isisichithile isicelo sikalowo owayengumengameli wezwe uJacob Zuma sokuthi kuhoxiswe umshushisi omkhulu weNPA ecaleni lakhe, uBilly Downer.

U-Zuma usola uDowner ngokhiphela amaqembu ezombusazwe imniningwane yecala lakhe, nathi akakulungele ukuba kulelicala ngoba vele usetshengisile ukuthi uchemile.

U-Msholozi ubhekene namacala enkohlakalo ethinta ukuthengwa kwezikhali okwenzeka ngonyaka ka-1999.

Kuzokhumbuleka ukuthi ngesonto eledlule uZuma uvulele lomshushisi icala mayelana nokuputshuka kwemininingwane yakhe yokugula.

Icala likaZuma selihlehliselwe umhlaka 11 April

Ethula lesisinqumo iJaji uPiet Koen ubeke kanje:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background