uKhoza uthi zikhona izinto ezingenziwa izakhamuzi ukuxosha ikati eziko

Written by on 30 October, 2019

Umnyango wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe, uthi zikhona izinto ezingenziwa izakhamuzi ukuxosha ikati eziko, uphinde uzakhele nemadlana ngemikhiqizo ozenzele yona.

Uthi uma umuntu enezandla zombili, kukhona okuncane angazenzela kona kunokuhlala avumele indlala ukuthi ungqongqosae ize izingenele endlini.

Ungqongqoshe walomnyango, uNonhlanhla Khoza, uthi abantu kumele bakukhuthalele ukulima ukuze bezolwa nendlala.

Listen here:

https://iono.fm/e/764149

By Zilungile Mkhize and Lindelani Mkhize

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background