Ukhungathekile Unina KaDokotela Oshonele EPhilippines

Written by on 17 July, 2023

By: Nompendulo Ngubane

Umama wesitshudeni saseNewcastle enyakatho neKwaZulu-Natal ebesifundela ubudokotela phesheya kwezilwandle ePhilippines uthi ucela usizo lokulanda isidumbu sendodakazi yakhe eshonele kuleliyalizwe elise-WeAsia ngesikhathi ithi iyabuya iza ekhaya.

ULindiwe Myeni, uthi indodakazi yakhe uSnegugu obeneminyaka engu-31 ubudala ivele yaxinwa ukugula ngesikhathi iyogibela indiza ebuyayo eza ekhaya kwabe sekuyayenela ngaphambi kokufika ekhaya.

 

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background