Ukulwisana Nobugebengu Akusiwo Umsebenzi Wamaphoyisa Kuphela- Kaunda

Written by on 3 August, 2022

By: Sithulile Mdletshe

Imeya yeTheku uMxolisi Kaunda uthi ukulwisana nobugebengu akusiwo umsebenzi wamaphoyisa kuphela kodwa nomphakathi kumele uphose isandla ulekelele .

UKaunda usho kanje ehambele eMariannhill ngaphandle kweTheku kulandela isigameko sokubulawa kwabantu.

Kulesgameko kushone abantu abangu-7, nokubalwa kubo nomnikazi westolo obeneminyaka engu 65 ubudala kanye namadodana akhe amabili.

Sekuboshwe abantu abathathu okusolakala ukuthi bayathinteka kulesi sigameko.

UKaunda uthi lesi sihlava esihlasele lelizwe sizodinga wonke umuntu afinqe imikhono kubhekwane nalobu bugebengu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background