Ukuntshontshwa Kwamakhebuli Kuyinkinga Enkulu Kuleli

Written by on 15 June, 2023

By: Pamella Majola

UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke, uFannie Masemola, usenxuse abakwasidlodlo ukuthi baqhamuke namasu okulwa nobugebengu bokuntshontshwa kwamakhebuli.

Uthi ziningi izinkinga ezikhona njengamanje ezihambisana nobugebengu bokwebiwa kwamakhebuli kanjalo nezinsimbi.

UMasemola uthi kumele kuqikelelwe ukuthi izinsimbi ezindala nazo zilahlwa ngendlela efanele, engeke ihehe izigebengu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background