UMahumapelo Ubhodla Umlilo

Written by on 26 April, 2021

Owayengundunankulu wase North West, uSupra Mahumapelo uthi kukhona abantu abangafuni ukuba enze umsebenzi wakhe wokuba isisebenzi sikakhongolose.

UMahumapelo usho kanje ngesikhathi ebikela amagatsha mayelana nokumiswa kwamalungu alenhlangano aqavile, emiswa ikomidi lesiikhashana lalesifundazwe.

Usephinde  wezwakalisa ulaka lakhe kulandela ukumiswa kwakhe ekubeni yilungu leANC, ngesonto eledlule, njengoba esolwa ngokuphehla uqhekeko ngaphakathi kwalenhlangano.

Ekhuluma namalungu usho kanje,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background