uMaimane unethemba lokusebenzisana noZille

Written by on 21 October, 2019

By: Sthulile Mdletshe

 

Umholi weDA, uMmusi Maimane, uthi unethemba lokuthi, uHellen Zille, uzosebenzisana nobuholi balenhlangano aphinde alethe amasu amasha.

uMaimane ukhulume kanje kulandela umhlangano womkhandlu wenhlangano obuseGoli.

UZille owayengumholi waleli qembu uqokwe njengosihlalo omusha wesigungu seqembu izolo kanti ungene esikhundleni sika, James Selfe, obesebambe lesikhundla iminyaka engu 20.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background