uMantashe uthi uhulumeni uzimisele ukuqhubeka nohlelo lwenuzi

Written by on 18 October, 2019

By: Lindelani Mbatha

 

Ungqongqoshe wezokumbiwaphansi nezamandla, uGwede Mantashe, uthi uhulumeni uzimisele ukuqhubeka nohlelo lwenuzi kodwa olungabizi.

uMantashe ubethulela abezindaba umbiko wehhovisi lakhe emvakokuba ikhabhinethi livumelene ngokwethulwa kohlelo i-Integrated Resource Plan.

Phambilini uhlelo lweNuzi lwagxekwa kakhulu kuleli, njengoba laluchazwa njengohlelo elubiza kakhulu.

uMantashe uthi iNuzi izoqinisekisa ukuthi umthamo kagesi ofuneka kwaEskom uyancipha.

Listen here:


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background