Umasipala Uthi Ukutheleka Kwezivakashi Kulethe Imali EThekwini

Written by on 8 November, 2022

By: Bright Ntuli

Umnyango wezeMfundo emazingeni ayisiSekelo uthi uzokwenza isqiniseko sokuthi bonke abafundi ababhala izivivinyo zika Matric zokuphela konyaka abaphazamiseki ngoLwesine.

Lokhu kuza njengoba inyunyana yabasebenzi bakahulumeni iPublic Servants Association of South Africa (PSA) ihlele ukhukhulela ngoqo wesiteleka.

Abasebenzi bafuna ukwenyuselwa imiholo ngo 5,6% kodwa umqashi umile ekutheni angabanyusela ngo 3% nje kuphela.

Oyiskhulumi somnyango wezemfundo kuzwelonke uElijah Mhlanga uthi lesisteleka singaphazamisa ukuhamba kothisha nabafundi, kanjalo nokuhanjiswa kwamaphepha.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background