UMasipala Uthi Uzolusukumela Olwamanzi e-PMB

Written by on 13 April, 2022

By: Nompendulo Ngubane

Usekela meya kamasipala uMsunduzi, uMxolisi Mkhize uthi bazozibheka izinkinga zokuthi kulungiswe ingqalasizinda yamapayipi ehambisa amanzi endaweni yase Sobantu, emva kokuthi imindeni yakulendawo ibe yizisulu zesicotho.

Lendawo ingenye yezindawo zase Mgungundlovu lapho izakhamuzi zibhidlikelwe izindlu zazo emva kwemvula enamandla eyenzeke KwaZulu Natal.

Lemvula ine kusuka ngesonto eledlule kanti kumanje imindeni eminingi ibhekene nokuthi ngabe izothatha ini ihlanganise nani ukulungisa lomonakalo.

U-Nompendulo Ngubane uyabika:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background