uMbalula Unxusa Ukuziphatha Ngendlela Emigaqweni Ngesikhathi SamaHolidi

Written by on 3 December, 2020

By: Zilungile Mkhize

Ungqongqoshe wezokuthutha uFikile Mbalula imithetho emgaqweni izoqina kuwona wonke umuntu, ngisho nabahamba ngezinyawo imbala.

uMbalula uthi ziningi izingozi ezidalwa ngabantu abawela imigwaqo ngezinyawo, ezindaweni okungavumelekile kuzo, nathi kuphazamisa abashayeli abanye baze badale ingozini.

Usho kanjena ngesikhathi ekhuluma nomphakathi ePolokwane eLimpopo.

uMbalula uthi isikhathi samaholidi kaKhisimusi, siza nezinkinga eziningi emigaqewni, ezidinga ukuba kuqine nemithetho ukugwema ukushona kwabantu ezingozini.

Uthi abantu mabazinakekele ngalesikhathi sebhizi.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background